Writing in IsiZulu Orthography: What has changed? / Imithetho Yokubhala isiZulu
Chairperson of the National Language Body for isiZulu, Buyani Mdluli; drawing from the latest publication on IsiZulu orthography published in 2021; discusses critical issues relating to the correct writing of isiZulu. He is in conversation with Nhlanhla Xala, a renowned isiZulu Language specialist; Babsy Xaba, who wrote her entire doctoral thesis in isiZulu as well as Zodwa Zondi, a publisher who turns dreams of many indigenous languages’ authors into reality. This is a compelling session not to be missed by anyone involved in learning, teaching, and writing in isiZulu.
USihlalo woMkhandlu WesiZulu Kazwelonke (UMZUKAZWE), uBuyani Mdluli, uhola ingxoxo mayelana nokuvamisa kanye nemithetho yokubhalwa kwesiZulu njengoba kwethulwe encwadini esanda kuphuma ethi, ‘Ukuvamisa, Imithetho Yokubhala Nobhalomagama LwesiZulu Lonyaka wezi-2021’. Lapha uxoxisana nongoti ongusaziwayo kwezolimi lwesiZulu, uNhlanhla Xala; noBabsy Xaba, owabhala waphothula iziqu zakhe zobudokotela esebenzisa ulimi lwesiZulu; kanye noZodwa Zondi, umshicileli odume ngokufeza amaphupho ababhali abasebenzisa izilimi zomdabu. Le yingxoxo okungamele imphuthe umuntu osebenza ngolimi; kungaba ukufundisa, ukufunda noma ukubhala.